Izifundo ngokunakekela umntwana – Zulu
Original price was: R1,250.00.R1,000.00Current price is: R1,000.00.
Engabe uzoshiya umntwana nomnakekelibanwana? Ungathanda ukuthi bafunde amakhono abalulekile ngokunakekela abantwana?
AbakwaVital Life Training sebefundise ngokunakekela abantwana ngaphezu kweminyaka ewu15. Sesibonile isidingo sokuthi izifundo zethu kubelula ukuthi zitholakale kubantu ngakho sibone kukuhle ukuthi kube nezifundo ezikulayini. Abafundi bazofunda ngokubuka izithombe mdlalo kanye nangokubhaliwe. Bazothunyelelwa lomsebenzi abangawenza emakhaya. Uzokwazi ukuthi ungene kulezi fundo noma kunini uma ufuna ukuzikhumbuza kuze kuphele unyaka owodwa.
Ulimi olusetshenzisiwe isiZulu kulezizifundo, nokubhaliwe nako kanye nezithombe mdlalo nomsebenzi wokwenziwa emakhaya ubhalwe ngesiZul.
Ukuze ube nokuthula engqondweni, bhalisa manje.
If you are enrolling your employee into this Zulu course you will still be able to download an English manual and you will receive the email notifications in English.
Please make sure to use your employees name when registering as this will be used on the certificate of completion
Description
Izifundo ezine ezizofundwa kulokukufunda kokunakekela abantwana, kuzoba yilezi
- Ukunakekela umntwana
- Ubanakekela kanjani abantwana abagulayo, kanye nezimo eziphuthumayo, uxhumana kanjani nabosizo oluphuthumayo kanye nokunda ukuvuselela inhliziyo namaphaphu(CPR) nokusiza obindiwe.
- Ukuqwqshiswa nge gciwane lengculazi kanye nengculazi
- Ukukhuthazeka kwengqondo yomntwana kanye nokudlala.
Uzobuye ucelwe ukuthi uphendule imibuzo kwezinye zezifundo futhi kuzoba nomsebenzi wasekhaya okuzomele uwuqede.
Uma uqeda izifundo zonke uzothola isitifiketi.
Iba nesiqiniseko sokubhala amagama akho nesibongo okuphelele njengakumazisi, ukwenze loku uma usabhalisa ukuqala izifundo zakho.